Baphi

Professor, Speedy

Uyambona lo, bambiza nge varara eish Intombi zimbiza ngesweedy labo lomgatagata eish Gqoka smart, phashasha eish Upheth'intombi iyamfela leyiphalaphala eish Ugad'ebusuku inkunzi yomgulugutu Buza amaphoyisa bamphethe nge yikhulukutu eish Phethi mali yabuza le yibukubuku eish Impande yesthola yazi ushisa imbulu Inkinga yakhe kazwani nokuthandaza eish Mawuthandaza qopho bakho ngabusaphaza Fede van die one akazange wathandaza Ma' umtshela ngeNkosi vele athi uyaphaphalaza Uyambona manje Nangu uyatatazela Angithi uzwile ukuthi uJesu nangu uyasekela Baphi abanye lab'akade bangifakazela I hope bazwile ukuthi uJesu nangu uyasekela (Baphi) Baphi abokapadiya nentombi zabo (Ngithi baphi) Izinja ezifika emqwabeni namabodlela (Ngithi baphi) Baphi abokapadiya nemali zabo (Ngithi baphi) Izinja ezingena esontweni namavolovolo (Ngithi baphi) Baphi abojezebel namadoda abo (Ngithi baphi) Izinja zangidli mali zangolozela (Ngithi baphi) Baphi abopalesa nobuhle babo (Ngithi baphi) Izinja zatholi isiqoqo ngoku wisa umnotho Angithi nimzele ngama attitude Eish nathi he's not good Wan' tshela wathi we gaan 'n treg Awu he's back (Baphi) Baphi abokapadiya nentombi zabo (Ngithi baphi)Izinja ezifika emqwabeni namabodlela (Ngithi baphi) Baphi abokapadiya nemali zabo (Ngithi baphi) Izinja ezingena esontweni namavolovolo (Ngithi baphi) Baphi abojezebel namadoda abo (Ngithi baphi) Izinja zangidli mali zangolozela (Ngithi baphi) Baphi abopalesa nobuhle babo (Ngithi baphi) Izinja zatholi isiqoqo ngoku wisa umnotho Angithi nimzele ngama attitude Eish nathi he's not good Wan' tshela wathi we gaan 'n treg Awu he's back Baphi abamubulala Baphi abamuphikayo Baphi abamugwazayo Ngithi baphi abamubulala Baphi abamubulala (Sebabulawa amahloni) Baphi abamuphikayo (Benza se ngathi abamuboni) Baphi abamugwazayo (Yena uyababona) Ngithi baphi abamubulala Angithi nimzele ngama attitude Nathi he's not good Wan' tshela wathi we gaan 'n treg Kunjani manje aw now he's back Baphi abamubulala (Sebabulawa amahloni) Baphi abamuphikayo (Benza se ngathi abamuboni) Baphi abamugwazayo (Yena uyababona) Ngithi baphi abamubulala (Baphi) Baphi abamubulala (Ngithi baphi) Baphi abamuphikayo (Ngithi baphi) Baphi abamugwazayo (Ngithi baphi) Ngithi baphi abamubulala Baphi abojezebel namadoda abo Izinja zangidli mali zangolozela Baphi abopalesa nobuhle babo Izinja zatholi isiqoqo ngoku wisa umnotho

Written by: HAROLD MATLHAKU, MUSIC B, PROFESSOR LANGALyrics © Sony/ATV Music Publishing LLCLyrics Licensed & Provided by LyricFind

Create your own version of your favorite music.

Sing now

Kanto is available on:

google-playapp-storehuawei-store